Kulezontaba

Winnie Khumalo

Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Ooooh ooooh Wath'uyahamba ubhek'eGoli Kwandonga ziyaduma Wathi ngikubambel'inhliziyo yakho Wen'uzobuya Manj'ukuphi na? Ngoba ngiyakudinga Ngizothath'ibhasi lasekuseni Ngizokufuna lapho Ezintabeni zaseGoli (Kuleziyantaba) (Bangisithel'isithandwa sami) Hmmm (Kuleziyantaba) Hmmm (Bangifihlel'ulovie wami) (Kuleziyantaba) (Bangisithel'isithandwa sami) (Kuleziyantaba) Eziyantaba (Bangifihlel'ulovie wami) Eziyantaba Oooh Oooh (Kuleziyantaba) Eziyantaba (Bangisithel'isithandwa sami) (Kuleziyantaba) (Bangifihlel'ulovie wami) (Kuleziyantaba) Mmmm (Bangisithel'isithandwa sami) Mmmm Mmmm (Kuleziyantaba) Ohhhh (Bangifihlel'ulovie wami) Uyakhumbula Mhla ngiyokh'amanzi Wangibamba ngesandla Wenz'isethembiso Wathi ngek'ungilahle (Oooh oooh) Wathi sofa silahlane Manje awusekho lana nami (Oooh oooh) Ohhhh Mmmm (Ooooh) Ubanjwe iyeloGoli (Ooooh) Mmmm (Ooooh) Wathath'inhliziyo yami (Ooooh) Wath'uzobuya kodwa manj'awusekho (Kuleziyantaba) Lezontaba (Bangisithel'isithandwa sami) Lezontaba zingisitha...(Kuleziyantaba) Ohhhh (Bangifihlel'ulovie wami) Lezontaba (Kuleziyantaba) Lezontaba (Bangisithel'isithandwa sami) Zase Berea Lezontaba (Kuleziyantaba) (Bangifihlel'ulovie wami) Mina ngiyakukhumbula (Kuleziyantaba) (Bangisithel'isithandwa sami) Mina ngiyakudinga (Kuleziyantaba) Ohhh (Bangifihlel'ulovie wami) Uthe uzobuya (Kuleziyantaba) uzobuya (Bangisithel'isithandwa sami) Kwandonga ziyaduma (Kuleziyantaba) EGoli, eGoli (Bangifihlel'ulovie wami)

Written by: MICKY MSELEKULyrics © Sony/ATV Music Publishing LLCLyrics Licensed & Provided by LyricFind

Create your own version of your favorite music.

Sing now

Kanto is available on:

google-playapp-storehuawei-store