Impilo

Winnie Khumalo

Bengingazi mina Ukuth' impilo kanti injena bo Ithatha osenzansi imubeke phezulu Ey bengingazi mina Ukuthi impilo kant' injena bo woooah woooah Ithatha ophezulu imubeke phanzi bo Ungabombhekisela phanzi omuny'umuntu Ngoba uyibona uncono bo Ulashe amasiko akho ngoba uphil' isilungu Ungabo cindezela omunye umuntu Ngoba kusasa uzomdinga bo Hlonipha amasiko akho ukuthi intsuku zakho zande Ungabombhekisela phanzi omuny'umuntu Ngoba uyibona uncono bo Ulashe amasiko akho ngoba uphil' isilungu Ungabo cindezela omunye umuntu Ngoba kusasa uzomdinga bo Hlonipha amasiko akho ukuthi intsuku zakho zande Bengingazi mina Ukuth' impilo kanti injena bo Ithatha osenzansi imubeke phezulu Ey bengingazi mina Ukuthi impilo kant' injena bo woooah woooah Ithatha ophezulu imubeke phanzi

Written by: OSCAR MDLONGWA, T S SEKOWE, T. J. MOROPA, Themba Sekowe, WINNIE KHUMALOLyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Downtown Music PublishingLyrics Licensed & Provided by LyricFind

Create your own version of your favorite music.

Sing now

Kanto is available on:

google-playapp-storehuawei-store