Ungowami
Mvzzle, Dj Obza, DJ NelCee, #Zammy
Uyakhumbul’ uthando lwethu
Akuve belinamandla
Belivutha amalangabi
Lungacinywa yilutho dali
Mangilala ngibona wena
Soze ngakukhohlwa
Ulubambo lwami wena
Futhi ng’yazi uyang’thanda
Asoze sahlukaniswa
Mina nawe dali wami
Bangazama ukukwenza
Kodwa bazohluleka
Kuyo yonke into engiyidingayo
Me ngicabanga nje kugcwele wena
Dali ngithanda wena
Futhi akekho omunye kimi
Ilanga loshona emini
Ma ngingahlukana nawe
Dali ngibamb’ isandla
Sofa slahlane thina
Kuyo yonke into engiyidingayo
Me ngicabanga nje kugcwele wena
Dali ngithanda wena
Sofaslahlane thina
Uyakhumbul’ uthando lwethu
Akuve belinamandla
Belivutha amalangabi
Lungacinywa yilutho dali
Mangilala ngibona wena
Soze ngakukhohlwa
Ulubambo lwami wena
Futhi ng’yazi uyang’thanda
Asoze sahlukaniswa
Mina nawe dali wami
Bangazama ukukwenza
Kodwa bazohluleka
Kuyo yonke into engiyidingayo
Me ngicabanga nje kugcwele wena
Dali ngithanda wena
Futhi akekho omunye kimi
Written by: Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
Create your own version of your favorite music.
Sing now